UMUSA MEDIA UBUYISELA EMPHAKATHINI NGENDLELA EHLUKILE

ITHIMBA lo-Umusa Media livakashele umama onetafula
NOMCEBO NGEMA
ABASUNGULI baleli phephandaba UMusa Media bathi, babuyisela emphakathini ngenhloso yokwenza umehluko. Uthi yiyona ndlela a babonga ngayo emphakathini, nokubheka abesifazane nezingane ezidonsa kanzima, benamatafula okudayisa emgwaqeni. “Uma kukhona owesifazane omaziyo onetafula sicela usibhalele ezinkundleni zokuxhumana usho ukuthi kungani kufanele simvakashele etafuleni lakhe, kube owaKwaZulu-Natal. Noma ingane edonsa kanzima,” esho.
Sibheke ezinkundleni zokuxhumana kuFacebook sitholakala ku: izindaba Umusanews noma UMusa Media House noma Umusa Media News. TikTok: Umusa Media, YouTube :Umusa Media, website: www.umusanews.co.za
